Title: Ukuphila Impilo yobuKristu Enentokozo
Author: Mfu. M. D. Mchunu
Size: 210mm x 148mm, 64 pages
ISBN: 978-0-620-65227-8 (print);
Uma kukhulunywa ngempilo enenjabulo kwabaningi kungathi kukhulunywa ngento engasoze yafezeka. Kungenxa yokuthi iningi labantu lithwele kakhulu, okungaba okusemoyeni noma okwenzekayo.
Siyakudinga ukuthula emoyeni, ube nakho uwedwa (inhliziyo ingathathi ibeka ngoba uma ingafiki empendulweni ithatha isinqumo sokuqeda ngempilo); nabantu ophila nabo (bafunde ivangeli elisombulula izinkinga elingaqedeli isimo sobunzima umuntu akuso); ukwazi ukuphilisana nabo (uma benawe bazi ukuthi kuzophuma amazwi aphilisayo, bathande nje ukuhlala nawe ngoba uzobathelela ngenjabulo).
If you are looking for a copy of this book, you can buy a print copy, an ebook or a bulk order from the links below:
Thank you for visiting New Voices xxx